UKrestu UMsindisi Wetu.

1/32

UKrestu UMsindisi Wetu.

INCASISELO.

INDABA yoku bila kuka Krestu uMsindisi wetu kulotywe nga pandhle kwa mazwi kuyo yonke into edaliweyo, nase zenzweni ezehlayo, nase zizatwini zayo yonke impilo. Asi nakuqonda kahle ukujula kwako, namandhla ako, ukupila kuka Jesu wase Nazareta. Zonke izibusiso ziza kitina ngaye pakati kwe zulu nomhlaba avuma kube njalo mhla ekalela izwe elali lahleke ezon weni. UUW 5.1

Amagugu angunapakade alendaba abalwe abafundileyo, akulueywa naizimbongi. Kapa izwakala kahle nxa ikulunywa ngolwimi lwabantwana. Lesisiboniso esimangalisayo asidingi kufeketiswa muntu. Ukukazimula kwayo kudhlula ubuhlakane babantu. Izibalelele iyodwa nje. UUW 5.2

Kulawa mapeji akukukumaliswe luto. Indaba njengoba injalo, ekulunywa ilowo obuqondayo ubukulu bayo, ilotywe ngolwimi lwezingane. Ebululeni bayo ayikulumi kwabancane bodwa, kepa itinta nati isikumbuza isifiso saleli gama eliti, UUW 5.3

“Ngityele indaba kalula, sengati kumntwana.” UUW 5.4

Se ngati ingemukelwa nga loko ku tobeka, nokugezeka kwenkolo. UUW 5.5

G.C.T. UUW 5.6