UKrestu UMsindisi Wetu.

14/32

IZIHLOHO 13—Amashumi Ayisishiyagalolunye Nesishiyagalolunye.

KWA kukona amashumi ayisi
shiyagalolunye nesishi
yagalolunye aye hlezi kahle,
Esipepelweni sesi baya,
Kodwa inye eya yedukile,
ikude ezintabeni,
Ikude namasango egolide. Ikude ezintabeni eziyihlane,
Ikude nokulondoloza ko Ma
lusi okumnandi.

Nkosi unamashumi ayisishi
yagalolunye nesishiyaga
lolunye lapa; Abakwanele na ?
Kodwa uMalusi wa pendula, “Enye yami yedukile yaya kude nami,
Nokuba indhlela imbi inomumango,
Ngiya ehlane ukufuna imvu yami.”

Kodwa umuko kwa bahlengiweyo owake wazi, ukujula kwamaz
awelwayo;
Nobumnyama bobusuku iNkosi eyabudabulayo.
Ingakatoli imvu yayo eya ilahlekile.
Kude ehlane wezwa ukukala kwayo,
Isiyalela, ingenakuzisiza, isizokufa. Nkosi avelapi lawa amatonsi egazi ase ndhleleni yonke,
“Enza ukondo ezintabeni ?”
“Apalazelwa owayedukile,
Engakambuyisi umalusi.”
Nkosi kungani ukuba izandhla zako zi xhebhuke, zidabuke
kangaka ?
“Ziya hlatywa namuhla ngameva amaningi.”

Kodwa kuzo zonke izintaba kwe zwakala ukuduma,
Nasemmangweni onamatye,
Kwezwakala ukumemeza kuya esangweni lezulu,
“Jabulani, ngi yitolili imvu yami!”
Nezingelosi zahlabelela zi ngasesihlalweni sobukosi,
“Jabulani ngoba iNkosi iza neyayo !”
UUW 81.1